Monthly Archives

July 2021

Home / July 2021
News

Wheelchair Handover

UMASIPALA iNdwedwe ophikweni iSocial Cohesion nehhovisi likaSomlomo basohambweni lwamawadi la benikela khona ngama-wheelchair kwababuthaka (vulnerable) okungabadala nabantwana.
Echaza ngaphambi kohambo, uSomlomo womkhandlu uCllr Khonza Ngidi uthe emihlanganweni eyaye ibekhona bekulokhu kuvela ukuthi ababuthaka bacela ukulekelelwa ngezidingo zabo ezingenza impilo ibelula, nokuyikho athe kuholele ekutheni umkhandlu uqale ngalokhu okuncane okwamanje.
Baqale ekuseni
Bahambele eMission, ward 18, kwaMdladla, badlulela kwaZuma, ward 15, ngaseMzokhulayo, nakwaMkhize eNtaphuka ward 13, eNtaphuka, baya nakwaThwala KwaBhanoyi eward 14.
Nakusasa bazohambela amanye futhi amawadi. Bekukhona yena uSomlomo, wuDeputy Mayor uNkk Zandile Siwetu-Thoolsi, amakhansela, abasebenzi bomphakathi namavolontiya kanye nabe-civil society njengeDisability Forum.
USomlomo ugcizelele ukuthi bazoqaphela yonke imiqathango yeCovid19 ukuze baphephe kanye nalaba abasuke beyobanikelela.
Privacy Settings
We use cookies to enhance your experience while using our website. If you are using our Services via a browser you can restrict, block or remove cookies through your web browser settings. We also use content and scripts from third parties that may use tracking technologies. You can selectively provide your consent below to allow such third party embeds. For complete information about the cookies we use, data we collect and how we process them, please check our Privacy Policy
Youtube
Consent to display content from Youtube
Vimeo
Consent to display content from Vimeo
Google Maps
Consent to display content from Google
Spotify
Consent to display content from Spotify
Sound Cloud
Consent to display content from Sound