
ISIHLELI iLTT (Local Task Team) eCouncil Chamber la ihlangana khona nyangazonke ukuhlanganisa amakhanda ngezinkinga zomphakathi.
Kule nkundla iminyango kaHulumeni iyaye inikwe ithuba lokwethula imibiko ngemizamo esiyenzile ukuxazulu izinkinga ebezibikwe phambilini zibikwa emakhanseleni noma kumaCDWs (Community Development Workers) okanye izinkinga ezisuke zibikwe kuma-warrooms naku-OSS.